INDODANA yowayeyindlovukazi yomculo we-Afro pop, uBrenda " Mabrrr" Fassie, seyingene emculweni wojuxuza igqom'.
UMENGAMELI weCosatu uNksz Zingiswa Losi, usedonse ngendlebe amadlelandawonye ayo i-ANC ne-SACP ukuthi angasebenzisi imigubho ...
SEKUVELE izinsolo ezishaqisayo zokuthi owesifazane waseSigisi, eNgwelezane osanda kubulawa nendodana ngesihluku babulawa ...
NAKUBA izinto zingayihambelanga kahle iHollywoodbets Sharks kowe-United Rugby Championship ne-Ospreys ngempelasonto, kodwa lo mdlalo uqinisekise ukuthi leli qembu lithole omunye umdlali onekhono ...
IZIKHALO zamakhasimende ngokumba eqolo kwemikhiqizo yakhe akumkhathazi uNksz Pamela Nkosi ngoba uyaqonda ukuthi akuwona wonke umuntu ozothanda noma athenge imikhiqizo yakhe, "ayenzela abantu ...
LIZOQALA ukuqulwa ekuqaleni kwenyanga ezayo elowesilisa waseMlaza, oneminyaka engu-28, okuthiwa waqotha amalungu omphakathi ayisishiyagalombili kuleli lokishi nyakenye. Lokhu kuvezwe yiJaji ...
OSOMABHIZINISI abasafufusa nabashisekela ukuchumisa amabhizinisi abo bazothola ithuba lokucetshiswa ngokumele bakwenze ukuthola intuba yokuphumelela ngawo uma sebehambele umbukiso wezamabhizinisi ...
KUMISWE uKhomishana wamaPhoyisa othweswe amacala ayamene nethenda yezigidi zamarandi, uGeneral Fannie Masemola, kwabe sekuqokwa uLieutenant General Puleng Dimpane, ukuba abambe isikhundla. Ukumiswa ...
ISIKHULU esiphezulu seKhomishini yezoKhetho kuleli, i-Independent Electoral Commission (IEC), uMnuz Sy Mamabolo, siyalele amaqembu ezepolitiki ukuthi asheshe alungise uhlu lwabantu azofolosa ngabo ...
UZODLALELWA eThekwini umlenze wokuqala wesizini entsha yeTelkom Netball League ezoqala namuhla. Umzuliswano wokuqala uzobanjelwa eDurban University of Technology, eSteve Biko Campus kusukela namuhla ...
I-DA ifuna kubizwe umhlangano ophuthumayo ohlanganisa iminyango ehlukene kahulumeni, okubalwa nezinhlaka zokuphepha nezokushushiswa komphakathi, ukuze kubhungwe ngesihlava sokukhulelwa kwezingane ...
ABAHOLI KwaZulu-Natal, uNdunankulu Thami Ntuli, noKhomishana wamaPhoyisa esifundazwe uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi, sebephumele obala bakhuza udlame olubhekiswe kwabokufika olufufusayo ...