INDODANA yowayeyindlovukazi yomculo we-Afro pop, uBrenda " Mabrrr" Fassie, seyingene emculweni wojuxuza igqom'.
UMENGAMELI weCosatu uNksz Zingiswa Losi, usedonse ngendlebe amadlelandawonye ayo i-ANC ne-SACP ukuthi angasebenzisi imigubho ...
SEKUVELE izinsolo ezishaqisayo zokuthi owesifazane waseSigisi, eNgwelezane osanda kubulawa nendodana ngesihluku babulawa ...
KUSHONE abantu abayisikhombisa kwalimala abaningi ngemuva kwengozi enyantisayo ebiphakathi kwetekisi nebhasi emzileni ophithizelayo wase-Eastern Cape, ngoMsombuluko ekuseni. Okhulumela uMnyango ...
ABOMZANSI Magic, sebeveze ukuthi ayikho enye indlela obekumele baqhubeke ngayo ukuxhasa amaciko, ngaphandle kokuthi benze imidlalo emincane ezokhonjiswa kulesi siteshi. Bakusho lokhu bethula imidlalo ...
ZIYAQONGA izinkinga eMnyangweni wezeMfundo KwaZulu-Natal njengoba usahlwaya imali ukuze ukhokhele izikole imali yazo ngenyanga ezayo. UMphathiswa woMnyango uMnuz Sipho Hlomuka, uthe bazoya eMnyangweni ...
AMAQEMBU ezepolitiki ashayele ihlombe isinqumo sikaMengameli, uCyril Ramaphosa,sokumisa uKhomishana wamaPhoyisa othweswe ...
Noma kunjalo uthe yidlanzana nje leli elingamazambane abolile kodwa wakhala ngokuthi akazi ukuthi yini abangeyenza ngenhlooso ...
“NgePhasika langonyaka odlule, saqopha ukwehla okungu-38% esibalweni sabafe ezingozini zomgwaqo, uma kuqhathaniswa no-43% wango-2024. Sitshale amaphoyisa esifundazwe angaphezu kuka-3 483 nangaphezu ...
UKUZISHAYA isifuba kwesikhulu sakwaSuzuki Auto South Africa, uTeruo Katakawa, ngobunyoninco obukhonjiswe unjiniyela uMorihiro Yokoyama ngesikhathi kwakhiwa i-SUV yabo entsha iSuzuki Across, kwenza ...
UKUWOLA izindondo emcimbini wokuklonyeliswa komasipala ohlelwe umnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal kuyakhuthaza kakhulu. Kukho kushiwo yimeya kamasipala i-Alfred Duma ...